UMTHETHO UYALA UKUBA OTHISHA BASABALALISE IZITHOMBE ZABAFUNDI
NGOKOMTHETHO wezwe iNingizimu Afrika, akekho umuntu ovumelekile ukuba athathe isithombe noma i-video yomntwana noma yomfundi ngaphandle kwemvume yomzali noma yomuntu
Read MoreNGOKOMTHETHO wezwe iNingizimu Afrika, akekho umuntu ovumelekile ukuba athathe isithombe noma i-video yomntwana noma yomfundi ngaphandle kwemvume yomzali noma yomuntu
Read MoreUMASIPALA waseMandeni, usingathe ngempumelelo umcimbi I-Matric Excellence Awards, eSibusisiwe Hall, mhlaka-29 Masingana 2024. Lomcimbi bekuhloswe ngawo ukuchoma uphaphe lwegwalagwala labo
Read MoreNGOLWESIBILI imeya yomkhandlu waseMandeni, ikhansela uMnuz. Thabani Mdlalose, uhole ithimba ebelifolose ngephini lakhe ikhansela uMnuz. Bhekithemba Magwaza, uSomlomo womkhandlu ikhansela
Read MoreISIFUNDAZWE saKwaZulu-Natali sihambela phezulu emuva kokumenyezelwa kwemiphumela kamatikuletsheni njengoba silale isibili ngo-89.5% kuzwelonke ngemuva kwe-Free State ezihola phambili ngo-91%. Imiphumela
Read MoreUMNYANGO wezemfundo eyisisekelo kuleli usujube amaphoyisa ophiko lwama-Hawks ukuthi aphenye ubugebengu bokuqolwa kolwazi oluqukethe imininingwane yabafundi abebenfunda ibanga leshumi ngo-2024.
Read MoreIZOLO ngithe ngilalele izindaba ze-SABC emsakazweni wesiZulu, Ukhozi FM ngezwa kuthiwa abazali bezingane ezikoleni zase-Eastern Cape banxusa uhulumeni ukuthi abalekelele
Read MoreEMUVA kweminyaka emihlanu efundisa ngeziqu zemfundo eziwumbombayi uthisha waseSobethu Primary School, ugwetshwe iminyaka emihlanu inkantolo i-Richards Bay Regional Court ngoMsombuluko.
Read MoreISIKOLE esenza kahle kakhulu kumncintiswano wezamasiko wezikole zamabanga aphansi, uWhebede Primary School sesibhalele umhlonishwa uDkt. Andile Biyela oyilungu lesishayamthetho saKwaZulu-Natali
Read MoreUMFUNDISI odumile webandla i-Incredible Happenings Ministries, uPaseka ‘Pastor Mboro’ Motsoeneng utheleke engasadle nkobe zamuntu esikoleni esiseGoli, iMatshidiso Primary School esifunda
Read MoreUNtombelanga Labane waseMpumalanga uboshwe uphiko lwamaphoyisa olubizwa ngama-Hawks eSecunda eMpumalanga, ngecala lokwenza ubugebengu ngesikhathi enza isitifiketi sikamatikuletsheni somgunyathi ukuze abhalisele
Read More