UNDUNANKULU wesifundazwe saKwaZulu-Natali, uMnuz. Thami Ntuli kuthe ngoLwesihlanu wahlanganisa amehlo nomndeni wakwaMonswamy oshonelwe ngamalungu awo ayisikhombisa emuva kokuthunjwa, ubulawe izigebengu
I-NATIONAL Prosecuting Authority (NPA) isikhiphe isixwayiso esivuthayo kulabo ebasola ngokuthuka nokusabisa umshushisi, u-Advocate Joel Cesar omele umbuso ecaleni lomholi we-EFF,
UKUSEBENZISANA kwamaphoyisa aKwaMakhutha ne-Inanda SAPS Task Team kusize kwatholakala uthishanhloko obethunjwe izigebengu esemzini wakhe KwaMakhutha ngeSonto ebusuku. Ngokombiko esinawo lona
UKUSEBENZA ngokuzikhandla kufana nokutshala, ngoba kuba nezithelo ezinhle. Kuyenzeka empilweni udlule ezimeni ezinzima nezibuhlungu. Kuyenzeka Izinto zakho zithathe isikhathi ukulunga.
NGIZIZWA ngilingeka ukuthi ngiphawule ngezinguquko zomsakazo, Ukhozi FM. Ngiyazi miningi imisakazo eyenze izinguquko ezinhlelweni zayo, nakubasakazi kodwa ngithe angiqale ngezenziwe
AVE kubalulekile ukuba umuntu aphile ngokugqugquzeleka empilweni. Lokhu kukunika amandla okuqhubekela phambili noma kunzima. Ukugqugquzeleka empilweni komuntu oyedwa empilweni kunika
KULINDELEKE ukuthi sibe ingxenye yomcimbi omkhulu we-Jazz e-Eastern Cape, iSoulful Sunday isihlabani somculo we-Afropop eNingizimu Afrika, uKelly Khumalo. Lo mcimbi
IZINDABA zokushiya kukaMduduzi Ncube kwiNkabi Records zithulelwe abalandeli bakhe ngoLwesine, mhlaka-6 Ndasa (March) uyena uqobo, okuthe emuva kwalokho umnikazi walesitebele
NAKUBA ebongelwa zinkalo zonke uMafikizolo ngokudla umhlanganiso ngokunqoba umncintiswano wengoma ehlukanisa unyaka emsakazweni omkhulu kuleli, Ukhozi FM kodwa sekuqubuke izinkulumo
THI iphupho lakhe ukungena emisakazweni emikhulu uPhumlani Thabede owethula izinhlelo emsakazweni womphakathi ose-Vryheid, Abaqulusi FM. Njangamanje uPhumlani wenza uhlelo olungena
UTHE uqala unyaka wayehlelwa isibusiso obengumsakazi we-Radio 2000, u-Penny Lebyane osegixabezwe isikhundla sokuba inhloko yezokuxhumana enhlanganweni esiza abasweleyo i-Collen Masahwa
EMUVA kokuzinikela emfundweni yezingane iminyaka eyela kwengamashumi amathathu (30), uMnuz. WP Khumalo obefundisa eMathubesizwe High School uvaleliswe ngesitayela ozakwabo emcimbini
BAKHOLELWA ukuthi uthando kufanele kube into emnandi futhi enempilo umculi wakuleli, uSmezi nesithandwa sakhe, uPalisa Setona. “Angikhohlwa usuku lokuqala esabonana
USEMISIWE emsebenzini uPhumlani Goodenough Miya ongumsakazi wezemidlalo esiteshini esikhokhelwayo, i-SuperSport. Ngokombiko esiwutholile umiswe emsebenzini okwesikhashana emuva kwenkulumo eyagxekwa abaningi ayenze
EMUVA kombiko we-City Press obuthi umnikazi woSuthu, uSandile Zulu usephumele obala, waphosa igama lakhe embangweni wesikhundla sikamengameli we-SAFA kube nesasasa
UMPHATHI ophinde abe umqeqesi we-Jomo Cosmos, uJomo Sono (70) usevikele umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos kulabo abamgxekayo ngokuphuma kweqembu lakuleli
USIHLALO welinye lamaqembu adlala kuMotsepe Foundation Championship, i-Upington City, u-David Magashoa usezichithile izinsolo ezenziwe umphathi we-Black Leopards, u-David Thidiela zokuthi
NJENGOBA sekusondele isikhathi sokuthi abeke phansi izintambo kuBafana Bafana umqeqeshi uHugo Broos, owayengumengameli we-SAFA u-Kirsten Nematandani usephakamise igama lika-Helman Mkhalele
NGESIKHATHI unina ka-Andile Mpisane, u-Shawn “MaMkhize” Mkhize ebonakala ematasa nezingxoxo zokuthenga ubunikazi beMbabane Highlanders kwakulindeleke u-Andile amenyezelwe njengomphathi wayo njengoba
UNOZI Langa-Malawo uthi nakuba engeyena umafikizolo kwezokulingisa kodwa kumshayisa ngovalo ukuba ingxenye yomdlalo omusha owuchungechunge oqale ukudlala ku-eTV ngomhlaka-13 Mbasa
ASIPHUMI emsindweni wezobudlelwano isitabane esidumile uLebo Kheswa njengoba sesixabene nomlingisi wakuleli, uLebo Makhene owayedume ngoTshidi kuGenerations esishade naye ngoZibandlela (December)
INDODA edume ngohlelo lwesithembu kumabonakude, uMusa Mseleku uthe amadodakazi akhe ayefana kuyena, ayikho engcono kunenye. Ukhulume kanje ephendula ukuphawula kwabantu
EMUVA kwengozi ethathe impilo yezingane eziyishumi nambili (12) e-Vanderbijlpark eGoli, umengameli wezwe, uMnuz. Cyril Ramaphosa usezwakalise ukuthi ufuna kuqiniswe imithetho
IGCEKE lesikole esimumatha abafundi ababalelwa emakhulwini amahlanu (500) sinuka phu indle ngenxa yokuthi abafundi bazikhulula ebaleni. I-Van Coller Primary School
IMeya kamasipala waseMandeni, ikhansela Thabani Mdlalose uhole ithimba ebelihambela izikole ezahlukene ezenze kahle ngokwemiphumela yezivivinyo zikamatikuletsheni zonyaka ka-2025. Namuhla (ngoLwesithathu)
