Skip to content
Tuesday, July 28, 2026
Izindaba Ezintsha:
  • Kuzokhishwa iScandal kufakwe iFour Of Us ebophele izinkakha zabalingisi
  • USithelo Shozi uthenjiswe umshado usomabhizinisi “oyiqola” waseZimbabwe
  • Ukhaliswa ukutholoza ejele umculi oyi “hlongandlebe” owayethe akalesabi
  • Kuboshwe amaphoyisa (3) abegwazisa abokufika abangenamaphepha okuba kuleli
  • UNtuli ukhalise umndeni okuqothwe amalungu awo angu-7 ngesihluku eMandeni
Umkhaya

  • Izindaba
    • EZISEMATHENI
    • ABANTU
    • EZOSAZIWAYO
    • EZEMIDLALO
    • EZEMFUNDO
  • Imibono
  • Xhumana nathi
Izindaba

Banohlelo Lokuqeda Ngaye UKini Shandu Abesifazane

January 22, 2024 UMKHAYA

SEKUSELE khona ukuthi bemshise nendlu uKini Shandu abesifazane asebebhalele abakhiqizi bomdlalo kamabonakude Umkhokha ukuthi bemhoxise eziqeshini zayo. Lokhu kulandela ukuthi lomlingisi abhala ekhasini lakhe ku Facebook inkulumo eyayehlisa isithunzi sabesifazane abazele emakhaya. Kusukela uShandu enza lenkulumo inhlokomo ibe nkulu ezinkundleni zokuxhumana abesifazane beziphendulela kanti nabaxhasi abafaka izimali nezimpahla kuma-awards awahlela minyaka yonke i-Sebenza Women Awards babhonxula konke ababemeseka ngakho ngenxa yalenkulumo yakhe. Lesi siphakamiso sakamuva salaba besifazane singuvala njengoba lomdlalo bese kuyiwo kuphela ombeka emehlweni abantu.

UMKHAYA

Ukuze ukhangise ezikweni lethu elidlondlobalayo, sithinte ku - 079 523 9786 noma kuleli kheli le-email elithi - editor.umkhaya@gmail.com

Izindaba zakamuva

INDODANA KA-DJ TIRA ITHI AYISWELE LUTHO NGENXA YAKHE
EzosaziwayoIzindaba

INDODANA KA-DJ TIRA ITHI AYISWELE LUTHO NGENXA YAKHE

August 14, 2024 UMKHAYA
Uvukwe Isikhwele Owesifazane Wacekela Impahla Yentombi
Izindaba

Uvukwe Isikhwele Owesifazane Wacekela Impahla Yentombi

January 24, 2024 UMKHAYA
Uselaxazile Umsebenzi Wokudayisa Izimoto Wabuyela Ebholeni UKatlego Mphela
EZEMIDLALOIzindaba

Uselaxazile Umsebenzi Wokudayisa Izimoto Wabuyela Ebholeni UKatlego Mphela

July 4, 2024 UMKHAYA

Copyright © 2026 Umkhaya. All rights reserved.