ABANTU

I-SARS Ibopha Owathenga Inyathi EPhalaphala

I-SOUTH African Revenue Service (SARS) isivule icala lobugebengu ibopha usomabhizinisi owathenga inyathi epulazini likamengameli wakuleli uMnuz. Cyril Ramaphosa iPhala Phala, uHazim Mustafa. Ngesikhathi umengameli uRamaphosa ephenywa ngokwenzeka kuleli pulazi watshela abaphenyi ukuthi losomabhizinisini wakhipha imali engu-$580 000 owukheshi ngesikhathi ethenga ngoDisemba 2019.

UMKHAYA

Ukuze ukhangise ezikweni lethu elidlondlobalayo, sithinte ku - 079 523 9786 noma kuleli kheli le-email elithi - editor.umkhaya@gmail.com