EZISEMATHENI

Kumuke Abathathu Nosana KwaSithebe

SEKUMUKE abantu abathathu abebezama ukuwela umfula owumhosha kwaSithebe eMandeni. Laba bebehamba nomunye obebelethe ingane emhlane. Ngeshwa bamukile bonke njengoba amanzi abenamandla amakhulu. Abasebenzi abatakulayo nabatshuzi bafikile kulendawo kepha ngenxa yesimo samanzi bagcine bekumisile ukucinga bengakatholi noyedwa kwabaminzile.

UMKHAYA

Ukuze ukhangise ezikweni lethu elidlondlobalayo, sithinte ku - 079 523 9786 noma kuleli kheli le-email elithi - editor.umkhaya@gmail.com