EZEMFUNDOEZOMPHAKATHI

UNGASALI, PHUTHUMA KU-NTSHALISQUARED AKUTHOLELE ISIKHALA SOKUFUNDA E-UNIVERSITY NGO-2026

MINYAKA yonke abafundi babhekana nengcindezi yokwehla benyuka elangeni elishisayo, nezimvula ziphelele kubo becinga izikhala zokufunda ezikhungweni zemfundo ephakeme. Abanye bayaba nenhlanhla bezithole kodwa abanye akuhlangani nhlobo.

UTheophilus ‘Ntshalisquared’ Ntshalintshali useqhamuke nesixazululo okungangabazeki ukuthi sizokwehlisa umthwalo kuzinkulungwane zabafundi.

  • Uyakusiza ukufaka isicelo sika-NSFAS
  • Uyakululeka ngokuthi iziphi izifundo enamathuba okuqashwa futhi ongangena kuzona
  • Uyakubhekela ukuthi unazo zonke izimfanelo zokubhalisa

UHLELO LUHLUKENE IZIGABA EZINTATHU, EZIMI KANJE;

Uhlelo lokuqala (Package 1): Ukusizwa nge-CAO nokubhalisa kuma-university amathathu (3) angaphandle kwesifundazwe i-KZN

Uhlelo lwesibili (Package 2): R100 (Ukusizwa nge-CAO nokubhalisa kunoma imaphi ama-university ayisithupha (6) angaphandle kwesifundazwe i-KZN)

Uhlelo lwesibili (Package 2): R200 (Ukusizwa nge-CAO nokubhalisa kunoma imaphi ama-university ayisithupha (6) angaphandle kwesifundazwe i-KZN)

Uhlelo lwesithathu (Package 3): R300 (Ukusizwa nge-CAO nokubhalisa kunoma imaphi ama-university ayisishiyagalolunye (9) angaphandle kwesifundazwe i-KZN)

Ungaxhumana noNtshalisquared kule nombolo kamakhalekhwini ethi: +27 72 495 1235 noma kule email ethi: ntshalisquared@gmail.com, ku-Facebook [Theophilus Ntshalintshali].

UMKHAYA

Ukuze ukhangise ezikweni lethu elidlondlobalayo, sithinte ku - 079 523 9786 noma kuleli kheli le-email elithi - editor.umkhaya@gmail.com