Izindaba

Omahosha EGoli Badayisa Indunu Udede

ISIMANGA eGoli, omahosha sebedayisa udede. Leli bhizinisi lokuhweba ngesinene lidume ngokuba mandla ngezikhathi zokuhlwa noma emahontshi lapho kutholwana khona nabathengi kungaboni muntu. Lapha eGoli kwenziwa okuhlukile njengoba abakhona sebekhangisa ngalo msebenzi wabo ezinkundleni zokuxhumana kubuka noma ubani. Kuyabonakala futhi ukuthi benza enhle imali ngawo lomsebenzi. Lapha sinabambalwa abaconsisa amathe impela esibathole kwesinye isizindalwembu (website), sifake namanani abawabizayo uma ufuna ukuzithokozisa nabo. Ngezansi amanani abizwa yizo lezimomondiya.

●UWandi Ndlovu ubiza R7500 impelasonto yonke.

●U-Cindy Makhathini ubiza R15,000 impelasonto yonke.

●U-DJ Cyan Boujee ubiza R27,500 impelasonto yonke.

●Xoli Mfeka ubiza R150,000 impelasonto yonke.

www.umkhaya.co.za

INTATHELI YOMKHAYA

UMKHAYA iziko lezindaba elibika ngolimi lwesiZulu izihloko ezisematheni, ezosaziwayo, ezemfundo, ezemidlalo kanye nangabantu abenza izinto ezinhle emphakathini. Sibika zonke izindaba ngokuthembeka, ngeqiniso nangobuqotho.