Skip to content
Tuesday, January 13, 2026
Izindaba Ezintsha:
  • Usezogxila kwezolimo oshiye emsakazweni
  • Likhalelwe amasongo kasigonyela iphoyisa elidlwengule ilungu lomndeni walo
  • Obengumsebenzi kwa-Cellucity “uhlanziswa” R50 million awehlise ngomlenze wase esula enkampanini
  • U-Emtee useveze obala iqiniso ngokwehla kwakhe emzimbeni
  • Lihlehlele uNdasa elomsakazi oboshelwe ukudlwengula uzakwabo
Umkhaya

  • Izindaba
    • EZISEMATHENI
    • ABANTU
    • EZOSAZIWAYO
    • EZEMIDLALO
    • EZEMFUNDO
  • Imibono
  • Xhumana nathi
Izindaba

Banohlelo Lokuqeda Ngaye UKini Shandu Abesifazane

January 22, 2024 UMKHAYA

SEKUSELE khona ukuthi bemshise nendlu uKini Shandu abesifazane asebebhalele abakhiqizi bomdlalo kamabonakude Umkhokha ukuthi bemhoxise eziqeshini zayo. Lokhu kulandela ukuthi lomlingisi abhala ekhasini lakhe ku Facebook inkulumo eyayehlisa isithunzi sabesifazane abazele emakhaya. Kusukela uShandu enza lenkulumo inhlokomo ibe nkulu ezinkundleni zokuxhumana abesifazane beziphendulela kanti nabaxhasi abafaka izimali nezimpahla kuma-awards awahlela minyaka yonke i-Sebenza Women Awards babhonxula konke ababemeseka ngakho ngenxa yalenkulumo yakhe. Lesi siphakamiso sakamuva salaba besifazane singuvala njengoba lomdlalo bese kuyiwo kuphela ombeka emehlweni abantu.

UMKHAYA

Ukuze ukhangise ezikweni lethu elidlondlobalayo, sithinte ku - 079 523 9786 noma kuleli kheli le-email elithi - editor.umkhaya@gmail.com

Izindaba zakamuva

KUGWETSHWE OWASEMOZAMBIQUE NGOKUSHUSHUMBISA IZINGANE EZINGU-14 KULELI
Izindaba

KUGWETSHWE OWASEMOZAMBIQUE NGOKUSHUSHUMBISA IZINGANE EZINGU-14 KULELI

December 29, 2024 UMKHAYA
Kuboshwe iphoyisa elibulale umyeni walo ngesihluku emuva kokulifica emzini wenyanga
EZISEMATHENIIzindaba

Kuboshwe iphoyisa elibulale umyeni walo ngesihluku emuva kokulifica emzini wenyanga

November 21, 2025 UMKHAYA
Uzithintele Iziqandi Umsakazi we-Vuma FM Egxeka Esidlangalaleni UMapensela WeSupersport
Izindaba

Uzithintele Iziqandi Umsakazi we-Vuma FM Egxeka Esidlangalaleni UMapensela WeSupersport

February 4, 2024 UMKHAYA

Copyright © 2026 Umkhaya. All rights reserved.