Izindaba

Abe-Physimatics Tutorials Basiza Abaku-Grade 11 no 12 Ngamakilasi Angempelasonto

KUZOFEYILA othandayo ngo-2024. Sisho njalo ngoba zilokhu zisithinta izikhungo ezisiza abafundi ngamakilasi aba ngezimpelasonto lapho uthola ukufundiswa okwengeziwe kothisha abangongcweti ku: Mathematics, Physical Science, Mathematics Literary ne Tourism.

I-Physimatics Tutorials ifundisa abafundi baka-Grade 11 no 12 oDumo High School eWhite City elokishini laseSundumbili eMandeni. Isifundo ngasinye osifundayo ukhokha i-R100 kuphela ngenyanga. Kufundwa ngoMgqibelo kusuka ngo-13:30 kuya ku- 16:30 nangeSonto kusuka ngo-8:00 kuya ku-16:30.

Ngolwazi oluningi ungaxhumana noMnuz. Lungisani Zulu ku: 076 546 2522 noma lungisanizulu93@gmail.com

UMKHAYA

Ukuze ukhangise ezikweni lethu elidlondlobalayo, sithinte ku - 079 523 9786 noma kuleli kheli le-email elithi - editor.umkhaya@gmail.com