Izindaba

Uthi Ngeke Abadalule Abambona Ngomnyama Owazishintsha Ubulili

Osewazishintsha ubulili uNomalizwi ‘MC’ Mhlongo onguthisha kwesinye sezikole eMpangeni uthi nje shame abakhululeke begcwale ubhavu laba besilisa abambona ‘After 9’. Uthe kabhayizi phela yena, uzopheqwa ubani mase eshisa abantu abahle so. Khululekani wemadoda aseMpangeni.

Phela uNomalizwi usho lokhu nje kunomkhankaso wokuhlaza amadoda oqalwe abesifazane emuva kwenkulumo kaKini Shandu okuthiwa ibabukela phansi. Manje kuthiwa nazo-ke lezimbesheshe ezifaka izingubo azisho abalala nazo ukuze bengene ehlazweni.

INTATHELI YOMKHAYA

UMKHAYA iziko lezindaba elibika ngolimi lwesiZulu izihloko ezisematheni, ezosaziwayo, ezemfundo, ezemidlalo kanye nangabantu abenza izinto ezinhle emphakathini. Sibika zonke izindaba ngokuthembeka, ngeqiniso nangobuqotho.