Izindaba

Abe Sebenza Woman Awards Sebekhiphe Isitatimende Ngoluka Kini Shandu

SEYIKHIPHE esayo isitatimende ibhodi ye Sebenza Women Awards uKini Shandu angomunye wabasunguli bawo. Lesitatimende sikhishwe emuva komsindo osuqubuke ezinkundleni zokuxhumana ngenkulumo kaShandu mayelana nabesifazane abazala emakubo. Lelibhodi lithe lizombizela emhlanganweni uShandu bese libheka ukuthi lingamjezisa kanjani. Okunye elizokwenza ukuthi amacala azobekwa wona nezahlulelo zawo azokwaziswa umphakathi. Isitatimende sisayindwe uMnuz. Langa Hlatshwayo onguSihlalo wekomiti lokuqondisa ubugwegwe.

UMKHAYA

Ukuze ukhangise ezikweni lethu elidlondlobalayo, sithinte ku - 079 523 9786 noma kuleli kheli le-email elithi - editor.umkhaya@gmail.com