Izindaba

Isexwayiso Kwababhiyozela Ukuhlukanisa Unyaka

AMAPHOYISA asekhiphe isexwayiso kwabazobe bebhiyozela ukuhlukanisa unyaka namuhla (ngeSonto) kuze kube uMsombuluko ukuthi bengaxhwangazeli ngoba azobe enkanise zonke izindawo, kusukela kwahamba emadolobheni ngezinyawo, azulazula ngezimoto nahamba ngamabhanoyi.

UMKHAYA

Ukuze ukhangise ezikweni lethu elidlondlobalayo, sithinte ku - 079 523 9786 noma kuleli kheli le-email elithi - editor.umkhaya@gmail.com