Umculo

Usahamba Phambili U-AKA Noma Engasekho

INGOMA ka-AKA ethi ‘Company’ isidalulwe njengengoma edlalwe kakhulu emisakazweni yakuleli ngo-2023. Ngokwezibalo zabakwa-Radio Monitor lengoma ilalelwe kuma-digital platforms izikhathi ezingu-645.8 million, yadlala emisakazweni engu-94 yakuleli izikhathi ezingu-6260. U-AKA udutshulwe wafa kulonyaka abantu abangaziwa ku-Florida road eThekwini.

UMKHAYA

Ukuze ukhangise ezikweni lethu elidlondlobalayo, sithinte ku - 079 523 9786 noma kuleli kheli le-email elithi - editor.umkhaya@gmail.com