EZISEMATHENI

Ufuna R5.1 Million Wamademeshe Ngokudlwengulwa

IFUNA isamba sika R5.1 million wamademeshe intombazane eyadlwengulwa ekilasini lesikole eyayifunda kuso njengoba isibophe uHulumeni ikhala ngokuthi kwakuwumthwalo wakhe ukuyivikela. Lentombazane yanukubezwa abafana ababili eyayifunda nabo ineminyaka eyisishiyagalombili (8) kuphela ubudala.

UMKHAYA

Ukuze ukhangise ezikweni lethu elidlondlobalayo, sithinte ku - 079 523 9786 noma kuleli kheli le-email elithi - editor.umkhaya@gmail.com